Amavidyo

UmProfethi weKhulu-Minyaka lamaShumi amabili, elenziwa ifilimu enombala, likuletha ekhaya likaMfowethu Branham ngokuxoxisana naye ngqo ngo 1953.

UMkhankaso waseChicago wenziwa ifilimu eChicago, eIllinois ngo Agasti, 1953.

UTwa Lubizana NoTwa lwenziwa ifilimu eConstitution Hall eWashington, D.C. ngoJuni ka 1954.