IBhayibheli lithi, "Ngalokho-ke ukukholwa kuvela ngokuzwa, nokuzwa kuvela ngezwi likaNkulunkulu." (KwabaseRoma 10:17). Ngokulalela kakhulu iZwi, uyoba nokukholwa kakhulu. Izintshumayelo ezilandelayo ziyingxenye encane yamakhulu esinawo akhona.