ENsimini yase Edene, inyoka enobuqili ya “khohlisa” uEva ekudleni ucezu lwesithelo. Wasidla wayese-ke esinika indoda yakhe, esababangela ukuba baqonde ukuthi babehamba-ze. Hlobo luni lwenyoka enobuqili engakhuluma, futhi luhlangene ngani ucezu lwesithelo nokuhamba-ze na?