AmaKatolika akholwa ukuthi uNkulunkulu uyakwaHlulela izwe ngokwezimfundiso zebandla lawo. Uma uNkulunkulu ezokwahlulela izwe ngeBandla eliKatolika, pho kuthiwani ngamaBaptisti na? Alahlekile na? Kuthiwani ngamaHindu namaMuslim na? Ubani oyomethemba ngeNsindiso yakho yaPhakade na? Ibandla lakho na?